UYAH! Lyrics Uncle Waffles ft. Imbongi Yosizi

UYAH! Album Cover

UYAH!

Uncle Waffles ft. Imbongi Yosizi

UYAH! Lyrics Uncle Waffles

[Verse 1] Uma kwenzeka ling’shonela lingakashoni elanamuhla Uma kwenzeka ung’khumbula Nkosi ngingakawafezi amaphuph’ ami Ngikhuleka umthandazo wokuthi laba abasele ngemuva Inhliziyo zabo zithole ukududuzeka Labo abayofika ekhaya bezobona uNomthandazo Bamthandazise ngopheli ngaphakathi Ngoba naye sekukaningi ukufa kubhekana naye Ezinhlavini zamehlo kuswelekala ukugadla mawala Nalapha ekhaya, ukufa kade kuzenzela nje kuzisikela kwelinonile sekuze kwadela ukumgqibe kwamachantsi kwafalami Nomakhelwani bengafakaza kade layikhaya kuvika idlozi Ngokubuka ukuthi inqa isize yahlithuka intamo pho kusiza ngani [?] Ngoba kolimala noma kongahlekwa Nani ke eniyofika emngcwabeni wami Ebeningazi kakhulu ningakhali khakhulu Ngoba bayingcosana Abakwazi ukukukhombisa uthando Mawusaphila emhlabeni Ngoba ngiyanazi nina nizofakaza Kabanzi phez’ kwekhanda lami Ngezinto ezinhle engizenzile phambi kwenu Kazi zingaki enizenzile phambi Kwami ukukhombis’ uthando? Uyedwa omunye ozobheka ukuthi Ngampela ngilikhahlele ngempela yini [Chorus] Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) [Verse 2] Ibhakede lakwa ntangu Abanye ngokubuka isimo sasekhaya Uzobuza ukuthi hawu Kanti ishawa kanjani inkabi idonsa iyodwa? [?] Sizowaphendula amatafula noma iyodwa inkabi Ibhakede lakwa ntangu Abanye ngokubuka isimo sasekhaya Uzobuza ukuthi hawu Kanti ishawa kanjani inkabi idonsa iyodwa? Kanti ishawa kanjani inkabi idonsa iyodwa? Kanti ishawa kanjani inkabi idonsa iyodwa? Iyodwa, iyodwa [Chorus] Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela) Aw ngempela (Aw ngempela)

FOLLOW US ON TIKTOK
https://www.tiktok.com/@theyanosplug
UYAH! Lyrics Uncle Waffles

LISTEN TO SONGS LIKE ‘UYAH!’ ON OUR PLAYLIST:

Apple Music

Author

Leave a Comment

Start typing and press Enter to search